1 AmaKhosi 3:12 - Compare All Versions
1 AmaKhosi 3:12 ZUL20 (IsiZulu 2020)
uyabona-ke, ngenzile njengokwezwi lakho. Ngikunika inhliziyo enokuhlakanipha nokuqonda; okungazange kube khona namunye owake wafana nawe phambilini, futhi okungayikuba bikho oyovela emva kwakho.
Dlulisela
1 AmaKhosi 3 ZUL201 AmaKhosi 3:12 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
bheka, ngenzile njengezwi lakho: nakhu, ngikunika inhliziyo enokuhlakanipha nokuqonda, okungazange kube khona okunjengakho ngaphambi kwakho nokungayikuvela futhi okunjengakho nangasemva kwakho.
Dlulisela
1 AmaKhosi 3 ZUL591 AmaKhosi 3:12 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Bheka, ngenze njengokwamazwi akho; bheka, ngikunike inhliziyo ehlakaniphileyo neqondayo; ukuze kakho onjengawe ngaphambi kwakho, langemva kwakho kakuyikuvela onjengawe.
Dlulisela
1 AmaKhosi 3 CZB24