1 AmaKhosi 3:11 - Compare All Versions
1 AmaKhosi 3:11 ZUL20 (IsiZulu 2020)
UNkulunkulu wathi kuye: “Ngokuba ucele lokho, awuzange uzicelele impilo ende, noma ingcebo, noma ucele ukuba kufe izitha zakho, kodwa ucele ukuqonda lapho wehlulela
Dlulisela
1 AmaKhosi 3 ZUL201 AmaKhosi 3:11 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wathi uNkulunkulu kuye: “Ngokuba ucele leyo nto, ungazicelelanga izinsuku eziningi, ungazicelelanga namfuyo, ungacelanga futhi ukufa kwezitha zakho, uzicelele ukwahlukanisa lokho okuzwayo ekwahluleleni
Dlulisela
1 AmaKhosi 3 ZUL591 AmaKhosi 3:11 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
UNkulunkulu wathi kuye: “Ngokuba ucele lokho, ungazicelelanga izinsuku eziningi; awuzange ucele ingcebo yakho, futhi awuzange ucele ukuphila kwezitha zakho; kodwa ucele ukuqedisisa kwakho ukuze uhlukanise ukwahlulela
Dlulisela
1 AmaKhosi 3 CZB24