1 AmaKhosi 19:9 - Compare All Versions

1 AmaKhosi 19:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wangena lapho emgedeni, walala khona. Kwase kufika izwi likaSimakade, lathi kuye: “Eliya, wenzani lapha na?”

1 AmaKhosi 19:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wangena khona emhumeni, walala khona. Bheka, kwafika kuye izwi likaJehova; wathi kuye: “Wenzani lapha, Eliya, na?”

1 AmaKhosi 19:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wangena khona emhumeni, walala khona; bheka, izwi likaJehova lafika kuye, lathi kuye: “Wenzani lapha, Eliya?