1 AmaKhosi 19:19 - Compare All Versions

1 AmaKhosi 19:19 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wasuka lapho, wafumana u-Elisha, indodana kaShafathi, elima ngezinkabi ezingamabhangqa ali-12, eziqhuba, yena esebhangqeni le-12. U-Eliya wedlulela kuye, wayesemphonsela ingubo yakhe.

1 AmaKhosi 19:19 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wayesesuka lapho, wamfumana u-Elisha indodana kaShafati; wayelima ngezinkabi ezingamabhangqa ayishumi nambili phambi kwakhe, yena esebhangqeni leshumi nambili; u-Eliya wadlulela kuye, waphonsa ingubo yakhe kuye.

1 AmaKhosi 19:19 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wasuka lapho, wafumana u-Elisa, indodana kaShafati, elima ngezinkabi eziyishumi nambili phambi kwakhe, yena ekweshumi nambili; u-Eliya wadlula kuye, waphonsa ingubo yakhe phezu kwakhe.