1 AmaKhosi 18:36 - Compare All Versions
1 AmaKhosi 18:36 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kwathi ngesikhathi sokunikela, u-Eliya umphrofethi wasondela, wathi: “Simakade Nkulunkulu ka-Abhrahama noka-Isaka noka-Israyeli, namhlanje makwazeke ukuthi Wena unguNkulunkulu kwa-Israyeli, nokuthi mina ngiyinceku yakho, nokuthi ngikwenzile konke lokhu ngezwi lakho.
1 AmaKhosi 18:36 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi ngesikhathi sokunikela ngomnikelo wempuphu u-Eliya umprofethi wasondela, wathi: “Jehova Nkulunkulu ka-Abrahama noka-Isaka noka-Israyeli, makwazeke namuhla ukuthi wena unguNkulunkulu kwa-Israyeli, nokuthi mina ngiyinceku yakho, nokuthi ngenzile konke lokhu ngezwi lakho.
1 AmaKhosi 18:36 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kwathi ngesikhathi somhlatshelo womhlatshelo wakusihlwa u-Eliya umprofethi wasondela, wathi: “Jehova Nkulunkulu ka-Abrahama, no-Isaka, no-Israyeli, makwazeke namuhla ukuthi uNkulunkulu wakho ukhona kwa-Israyeli! nokuthi ngiyinceku yakho, nokuthi ngenzile zonke lezi zinto ngezwi lakho.