1 AmaKhosi 18:27 - Compare All Versions
1 AmaKhosi 18:27 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kwathi emini u-Eliya wabachomela, ethi: “Memezani ngezwi elikhulu; noma engunkulunkulu, mhlawumbe uyazindla, noma uthathe uhambo, noma ulele, udinga ukuvuswa.”
Dlulisela
1 AmaKhosi 18 ZUL201 AmaKhosi 18:27 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kwathi ngasemini u-Eliya wadlala ngabo, wathi: “Memezani ngezwi elikhulu; noma engunkulunkulu, mhlawumbe uyazindla, noma echezukile nje, noma esohambeni, noma elele edinga ukuvuswa.”
Dlulisela
1 AmaKhosi 18 ZUL591 AmaKhosi 18:27 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Kwasekusithi emini uElija wadlala ngabo, wathi: Memezani kakhulu, ngoba ungunkulunkulu; kuphakathi kokuthi uyakhuluma, noma uyajaha, noma uyahamba, noma mhlawumbe ulele futhi udinga ukuvuka.
Dlulisela
1 AmaKhosi 18 CZB24