1 AmaKhosi 14:9 - Compare All Versions

1 AmaKhosi 14:9 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kunalokho wenze okubi ukwedlula bonke abakwendulela; uhambile wayozenzela onkulunkulu, nezinye izithombe ezibunjiweyo, wavusa ulaka lwami, wangitshinga nyovane.

1 AmaKhosi 14:9 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

kodwa wenzile okubi kunabo bonke ababe phambi kwakho, wahamba wazenzela abanye onkulunkulu nezithombe ezibunjiweyo ukungivusa ukuba ngithukuthele, wangilahla nyovane

1 AmaKhosi 14:9 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kepha wena wenze okubi kakhulu kunakho konke okwakungaphambi kwakho, ngokuba uhambile, wazenzela abanye onkulunkulu nezithombe ezibunjiweyo ukuba udlale ngami, wangilahla emva kwakho.