1 kaJohane 4:20 - Compare All Versions

1 kaJohane 4:20 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Uma umuntu ethi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kepha ezonda umzalwane wakhe, ungumqambimanga

1 kaJohane 4:20 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha uma umuntu, ethi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kodwa ezonda umzalwane wakhe, ungumqambimanga. Ngokuba lowo ongamthandi umzalwane wakhe ambonayo angemthande uNkulunkulu angambonanga.

1 kaJohane 4:20 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Uma umuntu esho ukuthi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kepha ezonda umzalwane wakhe, ungumqambimanga; ngokuba ongathandi umzalwane wakhe ambonileyo angemthande uNkulunkulu angambonanga.

1 kaJohane 4:20 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Uma umuntu ethi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kepha ezonda umzalwane wakhe, ungumqambimanga