1 kwabaseKorinte 10:19-20
1 kwabaseKorinte 10:19-20 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngithini-ke? ukuthi isithombe siyinto, noma lokho okuhlatshelwe izithombe kuyizinto na? Kepha ngithi: Okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amademoni, hhayi uNkulunkulu
Dlulisela
Funda 1 kwabaseKorinte 101 kwabaseKorinte 10:19-20 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Pho ngichazani ngalokho na? Ngabe ngithi okuhlatshelwe isithombe kuwutho noma isithombe siwutho na? Qha, kodwa ngithi: lokho okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amadimoni, kabakuhlabeli uNkulunkulu. Kangithandi ukuba nibe nenhlanganyelo namadimoni.
Dlulisela
Funda 1 kwabaseKorinte 101 kwabaseKorinte 10:19-20 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho ngithini pho? Ngithi okuhlatshelwe isithombe kuyinto na? nokuthi isithombe siyinto na? Kodwa ngithi: Lokho okuhlatshwa ngabezizwe bakuhlabela amademoni, kabakuhlabeli uNkulunkulu. Kepha angithandi ukuba nibe nenhlanganyelo namademoni.
Dlulisela
Funda 1 kwabaseKorinte 10