1 iziKronike 16:26 - Compare All Versions

1 iziKronike 16:26 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Bonke onkulunkulu babezizwe bayizithombe ezingenamsebenzi, kepha uSimakade walenza izulu.

1 iziKronike 16:26 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Ngokuba bonke onkulunkulu babezizwe bayizithombe, kepha uJehova walenza izulu.

1 iziKronike 16:26 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ngoba bonke onkulunkulu bezizwe bayizithombe, kodwa uJehova wenza izulu.