UJobe 42:1-3
UJobe 42:1-3 ZUL20
UJobe wayesemphendula uSimakade, wathi: “Ngiyazi ukuthi ungakwenza konke, icebo lakho alinakuvinjwa. Ngubani ofihla iseluleko engenalwazi na? Ngikukhulumile lokho engingakuqondiyo, izinto ezinkulu kunami engingazaziyo.


