AmaHubo 22:1-3

AmaHubo 22:1-3 ZUL59

Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami. Nkulunkulu wami, ngikhala emini, kepha awuphenduli, nasebusuku, ngingabi nakuthula. Kepha wena ungoNgcwele ohlezi ezibongweni zika-Israyeli.

Isithombe sevesi sika- AmaHubo 22:1-3

AmaHubo 22:1-3 - Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami,
ungishiyeleni na?
Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami.
Nkulunkulu wami,
ngikhala emini, kepha awuphenduli,
nasebusuku, ngingabi nakuthula.

Kepha wena ungoNgcwele
ohlezi ezibongweni zika-Israyeli.