NgokukaMathewu 10:29-31

NgokukaMathewu 10:29-31 ZUL59

Akuthengwa yini imizwilili emibili ngendibilishi na? Kepha akuyikuwa phansi namunye kuyo ngaphandle kukaYihlo. Kodwa kini zibaliwe nezinwele zonke zekhanda lenu. Ngakho maningesabi; nina niyayidlula imizwilili eminingi.

Ividiyo ye- NgokukaMathewu 10:29-31