I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi KuThithu 3

1

KuThithu 3:4-7

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Kepha emva kwalokho kwabonakala umusa nothando lukaNkulunkulu uMsindisi wethu kubantu. kungengemisebenzi yokulunga esayenzayo thina, kodwa ngokwesihawu sakhe wasisindisa, ngesigezo sokuzalwa kutsha, nangokwenziwa basha ngoMoya oNgcwele; eyasithululela phezu kwethu ngokuchichimayo ngoJesu Kristu uMsindisi wethu; ukuze sesilungisisiwe ngomusa wakhe, sibe yizindlalifa ngokwethemba lokuphila okuphakade.

Qhathanisa

Hlola KuThithu 3:4-7

2

KuThithu 3:1-2

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Bakhumbuze ukuba bathobele izikhulu namandla, balalele izinduna, balungele yonke imisebenzi emihle; Bangahlambalazi muntu, bangabi-ingxabano, kodwa babe mnene, bebonisa ubumnene bonke kubantu bonke.

Qhathanisa

Hlola KuThithu 3:1-2

3

KuThithu 3:9

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Kepha gwema imibuzo yobuwula, nezindaba zozalo, nokubanga, nokubanga ngomthetho; ngoba azisizi futhi ziyize.

Qhathanisa

Hlola KuThithu 3:9

4

KuThithu 3:10

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Umuntu ongumhlubuki emva kokuyalwa kokuqala nokwesibili umlahle

Qhathanisa

Hlola KuThithu 3:10

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KuThithu 3

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo