I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi Mathewu 12

1

Mathewu 12:36-37

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa. Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 12:36-37

2

Mathewu 12:34

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 12:34

3

Mathewu 12:35

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Umuntu omuhle emfuyweni enhle yenhliziyo ukhipha okuhle, nomuntu omubi emfuyweni embi ukhipha okubi.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 12:35

4

Mathewu 12:31

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

Ngalokho ngithi kini: Abantu bayakuthethelelwa zonke izono nokuhlambalaza, kepha ukuhlambalaza uMoya akuyikuthethelelwa.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 12:31

5

Mathewu 12:33

Baasraak Zulu New Testament Bible

ZuluNT

“Yenzani umuthi ube muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nenze umuthi ube mubi, nesithelo sawo sibe sibi, ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.

Qhathanisa

Hlola Mathewu 12:33

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne Mathewu 12

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo