I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi 2 KuThimothewu 1

1

2 KuThimothewu 1:7

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kodwa owamandla, owothando, nowokuzithiba.

Qhathanisa

Hlola 2 KuThimothewu 1:7

2

2 KuThimothewu 1:9

IsiZulu 2020

ZUL20

Lowo owasisindisa, wasibiza ngobizo olungcwele; hhayi ngokwemisebenzi yethu, kodwa ngokwenhloso yakhe, nomusa esawuphiwa kuKhristu uJesu zingakabi bikho izikhathi

Qhathanisa

Hlola 2 KuThimothewu 1:9

3

2 KuThimothewu 1:6

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngakho-ke ngiyakukhumbuza ukuba usivuselele njalo isipho somusa sikaNkulunkulu esikuwe owasithola ngokubekwa yimi izandla.

Qhathanisa

Hlola 2 KuThimothewu 1:6

4

2 KuThimothewu 1:8

IsiZulu 2020

ZUL20

Ngakho-ke ungabi namahloni ngobufakazi ngeNkosi yethu, nangami engiyisiboshwa sayo, futhi hlanganyela nami ekulihluphekeleni ivangeli ngamandla kaNkulunkulu.

Qhathanisa

Hlola 2 KuThimothewu 1:8

5

2 KuThimothewu 1:12

IsiZulu 2020

ZUL20

okungenxa yalo ngihlupheka. Kodwa anginamahloni, ngokuba ngiyamazi engikholwa kuye, futhi nginesiqiniseko sokuthi Yena unamandla okulondoloza lokho angithwese khona, kuze kufike lolo lusuku.

Qhathanisa

Hlola 2 KuThimothewu 1:12

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 KuThimothewu 1

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest