I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi UNumeri 22

1

UNumeri 22:28

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

UJehova wavula umlomo wembongolo, yathi kuBileyamu: “Ngenzeni kuwe ukuba ungishaye kathathu na?”

Qhathanisa

Hlola UNumeri 22:28

2

UNumeri 22:31

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

UJehova wayesevula-ke amehlo kaBileyamu, wayibona ingelosi kaJehova imi endleleni, inenkemba yayo ehoshiweyo esandleni sayo; wagoba ikhanda, wawa ngobuso bakhe.

Qhathanisa

Hlola UNumeri 22:31

3

UNumeri 22:32

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ingelosi kaJehova yathi kuye: “Uyishayeleni imbongolo yakho kathathu na? Bheka, ngiphumele ukumelana nawe, ngokuba indlela yakho iyingozi phambi kwami

Qhathanisa

Hlola UNumeri 22:32

4

UNumeri 22:30

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Kepha imbongolo yathi kuBileyamu: “Angisiyo imbongolo yakho oyikhwele konke ukuhamba kwakho kuze kube manje na? Ngangivama ukwenza kanjalo kuwe na?” Wathi: “Qha.”

Qhathanisa

Hlola UNumeri 22:30

5

UNumeri 22:29

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

UBileyamu wathi embongolweni: “Ngokuba ungiswabulele; sengathi ngabe kukhona inkemba esandleni sami, ngokuba ngabe sengikubulele.”

Qhathanisa

Hlola UNumeri 22:29

6

UNumeri 22:27

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yalala phansi kukaBileyamu; intukuthelo kaBileyamu yavutha, wayishaya imbongolo ngenduku yakhe.

Qhathanisa

Hlola UNumeri 22:27

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UNumeri 22

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest