I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

Amavesi eBhayibheli adumile avela kokuthi 2 kuThimothewu 1

1

2 kuThimothewu 1:7

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngokuba uNkulunkulu akasiphanga umoya wobugwala, kepha owamandla, nowothando, nowokuzikhuza.

Qhathanisa

Hlola 2 kuThimothewu 1:7

2

2 kuThimothewu 1:9

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

owasisindisa, wasibiza ngobizo olungcwele, kungengokwemisebenzi yethu kepha ngokwelakhe icebo nomusa, esawuphiwa kuKristu Jesu zingakabikho izikhathi

Qhathanisa

Hlola 2 kuThimothewu 1:9

3

2 kuThimothewu 1:6

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngaleso sizathu ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikhona kuwe ngokubeka izandla zami.

Qhathanisa

Hlola 2 kuThimothewu 1:6

4

2 kuThimothewu 1:8

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

Ngalokho ungabi namahloni ngobufakazi ngeNkosi yethu nangami, isiboshwa sayo, kodwa hlanganyela ukuhluphekela ivangeli ngamandla kaNkulunkulu

Qhathanisa

Hlola 2 kuThimothewu 1:8

5

2 kuThimothewu 1:12

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ZUL59

ngaleso sizathu ngiyahlupheka nangalokhu, kepha anginamahloni, ngokuba ngiyamazi engikholwa nguye, ngiyethemba ukuthi unamandla okulonda lokho engikubekile kuye, kuze kube yilolo suku.

Qhathanisa

Hlola 2 kuThimothewu 1:12

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 kuThimothewu 1

Isahluko esedlule
Isahluko esilandelayo
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
Zulu

©2026 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest