1
2 kwabaseKorinte 11:14-15
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Akumangalisi, ngokuba uSathane uqobo uziguqula ingelosi yokukhanya. Ngakho akuyinto enkulu, uma nezikhonzi zakhe ziziguqula izikhonzi zokulunga ezikuphela kwazo kuyakuba njengokwemisebenzi yazo.
Qhathanisa
Hlola 2 kwabaseKorinte 11:14-15
2
2 kwabaseKorinte 11:3
Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu.
Hlola 2 kwabaseKorinte 11:3
3
2 kwabaseKorinte 11:30
Uma ngimelwe ukuzibonga, ngiyakuzibonga ngobuthakathaka bami.
Hlola 2 kwabaseKorinte 11:30
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo