1
1 uSamuweli 12:24
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Yesabani uJehova kuphela, nimkhonze ngeqiniso ngenhliziyo yenu yonke, ngokuba bhekani okukhulu anenzele khona.
Qhathanisa
Hlola 1 uSamuweli 12:24
2
1 uSamuweli 12:22
Ngokuba uJehova akayikushiya abantu bakhe ngenxa yegama lakhe elikhulu, lokhu kwakukuhle kuJehova ukuzenzela nina nibe ngabantu bakhe.
Hlola 1 uSamuweli 12:22
3
1 uSamuweli 12:20
USamuweli wathi kubantu: “Ningesabi; impela nenzile konke lokho okubi; kepha ningaphambuki ekumlandeleni uJehova, kodwa mkhonzeni uJehova ngayo yonke inhliziyo yenu
Hlola 1 uSamuweli 12:20
4
1 uSamuweli 12:21
yebo, ningaphambuki ukuba nilandele izinto eziyize ezingenakusiza nezingenakophula, ngokuba ziyize.
Hlola 1 uSamuweli 12:21
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo