Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UZakariya 4:10

Ikhaya Elingenampahla Eningi
izinsuku ezingu 5
Umbhali uJoshua Becker ubone okuthile okuhle kwenzeka lapho abantu belinganisa inani elifanele lempahla yabo—kulokhu, abantu ngokwabo bayashintshwa. Ngakho-ke nakuba lokhu kuzinikela kumayelana nokunciphisa izinto zakho, uzothola ukuthi ukuba nezinto ezincane kusho ukuziqeda nawe! Njengoba wehlisa inani lezinto onazo, uzomangala ukuthi ukholo lwakho, umuzwa wenhloso, nomoya wokupha ukhula ngobuningi.

Ukholo olumangazayo
izinsuku ezingu 5
Kunento engaphakathi kuwe ekholelwa kokungenakwenzeka. Kukhona okuphuphayo emini ngesimangaliso. Kukhona okwaziyo ukuthi wenziwe ukuphila impilo yokukholwa okumangalisayo. Kule nkonzo yezinsuku ezinhlanu, uMfundisi uMichael Todd uzoba umhlahlandlela wakho ohambweni lokholo njengoba ekusiza ukuthi uthole umbono omusha ngezinhlelo zikaNkulunkulu ngawe: ikusasa obungakaze ulokothe ulicabange.

Okuningi Kokuncane: Umhlahlandlela Wezinto Ezincane Nenjabulo Eyengeziwe
Izinsuku eziwu 14
ImiBhalo ithi izindinganiso zikaNkulunkulu zihlukile kwezezwe. Lokhu kubonakala endabeni yengcebo nemfuyo. “Uma unokuningi, kuba ngcono!” umhlaba uyamemeza. UNkulunkulu uyahleba, “Nganele. Ungafuni injabulo noma ukulondeka kunoma yini enye. Uzoneliseka kakhulu ngokuba nokuncane.” Ukukhuculula, isenzo sokuba nokuncane ngenhloso esimayelana nokuqeda imfuhlumfuhlu. Kunikeza indlela yokuthuthukisa impilo yethu ngaphansi kukaNkulunkulu.