Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KuThithu 2:12

Izindaba Ezinhle Ngesilingo
izinsuku ezingu 3
Ungase ungakukholwa, kodwa empeleni kukhona izindaba ezinhle mayelana nesilingo. Le nkonzo elula yezinsuku ezintathu ikhipha umbhalo owodwa onamaqiniso athile aduduzayo ukukusiza ukuthi udlule esilingweni.

Cabanga Ngezinto Ocabanga Ngazo
Izinsuku ezingu-7
Ingabe uke uvuke unesimo sengqondo esibi? Noma ube nokubhubuka kwemizwelo? Noma unake wonke amaphutha amancane ocabanga ukuthi unawo? Hhawu. Akumnandi. Kodwa uNkulunkulu akafuni siphile ngaleyo ndlela. Lolu Hlelo LweBhayibheli luzokusiza ufunde iqiniso kwabaseFilipi isahluko 4. Luzokusiza ucabange ngalokho ocabanga ngakho!

Ukuphila Okunamandla—Qala Ukuphila Ngempela
Izinsuku eziwu 12
uJesu akazange alahle ukuphila Kwakhe okuphelele ukuze ukwazi Ukuphila nje eyakho. Abafana abayisikhombisa—njengawe—babekele eceleni izinsuku ezimbalwa zokwehlisa ijubane, ukuzijabulisa, ukuthola izimpendulo, futhi bakuqophe konke kuvidiyo. Ingabe ukuphila kuwumsebenzi kanye nengcindezi nje? Siphuma kanjani ku-treadmill yokusebenza? Ngingakwazi ukukhululeka ekuluthweni? ngiqala kanjani ukuphila ngempela? Qala lolu hlelo lwebhayibheli lwe-Life.Church nabanye abangani ukuze uthole kabanzi.
