I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha
← Amapulani

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 40:1

Musa Ukuzinza Ngokuphepha

Musa Ukuzinza Ngokuphepha

izinsuku ezingu 3

Uma amazwi okungazethembi, ukungabaza, kanye nokwesaba engalungiswanga, azolawula ukuphila kwakho. Awukwazi ukuthulisa la mazwi noma ungawanaki. Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezi-3, u-Sarah Jakes Roberts ukukhombisa ukuthi ungaphikisana kanjani nemikhawulo yesikhathi sakho esidlule futhi wamukele ukungakhululeki ukuze ungavimbeki.

Wonke Umuntu Ufuna Ukunqoba Kodwa Akekho Ofuna Ukulinda

Wonke Umuntu Ufuna Ukunqoba Kodwa Akekho Ofuna Ukulinda

izinsuku ezingu 5

Ngalokhu kufunda kwansuku zonke okuphelele, funda ukuthi ungalinda kanjani isikhathi sikaNkulunkulu kuzo zonke izici zokuphila, kusukela ekuphulukiseni kuya ebudlelwaneni. Thola ukuthi ungasisebenzisa kanjani ngokugcwele isikhathi sokulinda futhi uthandaze ngokwentando kaNkulunkulu. Lokhu kuzinikela kusekelwe kokuthi  Wonke Umuntu Ufuna Ukunqoba, Kodwa Akekho Ofuna Ukulinda ebhalwe  ngu-Marcus Gill.

Isimangaliso Esingapheli | uhlelo lokufunda lukaKhisimusi oluvela ebandleni le-New Life Church

Isimangaliso Esingapheli | uhlelo lokufunda lukaKhisimusi oluvela ebandleni le-New Life Church

Izinsuku ezingu-19

Lolu hlelo lwamaviki amathathu lusidlulisa ezimangalisweni ezingaphelelwa yisikhathi zokuthi uNkulunkulu weza kanjani kithi ngendodana yakhe, uJesu. Uhlelo luhlelelwe ukuthi luqale ngoMsombuluko ukuze impelasonto ngayinye ihlanganise okuqukethwe okufushane okuhloselwe ukuphumula nokuzindla ngesikhathi samaholide. Hlanganyela nathi njengoba sifunda ukuthi ukuzalwa kukaKristu kusho ukuthini ngekusasa lethu, elamanje, kanye nesikhathi esedlule.

1
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo