← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 36:6

Okune Okokugcina okuvela ku-Craig Groeschel
Izinsuku eziwu 4
Wake wafuna ukungena ngaphakathi engqondweni yomfundisi? Hhayi-ke, nali ithuba lakho! Umsunguli nomfundisi omkhulu weLife.Church, uCraig Groeschel, usinikeza ukubheka kwangaphakathi umsebenzi wakhe wansuku zonke njengoba efunda amavesi amane okugcina awaqokomisa eBhayibhelini lakhe. Vumela ingqondo yakho ivuselelwe njengoba ufunda lemiBhalo kanye naye, futhi uthole ukuthi kungani ekhethe ukuyiqokomisa kwasekuqaleni.