Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 1:2

NGENA ENJONGWENI
izinsuku ezingu 5
Iyini inhloso yami? Ngihloselwe ukwenzani ngempilo yami? Liyini icebo likaNkulunkulu ngami? Yonke lena imibuzo abaningi bethu abazibuza ngesikhathi esithile empilweni yethu. Sihlose ukuphendula eminye yale mibuzo njengoba siqaqa ukuthi kuyini ukungena enjongweni yakho. joyina abambalwa bethu babafundi baseKholeji le-C3 njengoba besikhanyisela ngalesi sihloko.

Ukuphila: Impilo yeNala
izinsuku ezingu 5
Wadalelwa ukuba ube ngumbukiso onamandla futhi utshele konke uNkulunkulu ayikho. Inhliziyo yakho, nangayo-ke impilo yakho, yenzelwe inala elingenakunyakaziswa kanye nenjabulo ekhazimulayo. Njengoba umba ujula ezithembisweni eziseZwini likaNkulunkulu, ukuphila kwakho kuyobonisa inala likaBaba.

Izimfundiso zika Andrew Murray
Izinsuku ezingu-7
U-Andrew Murray wayengumfundisi waseNingizimu Afrika owabhala izincwadi eziningi nezincane zokuzinikela ukuze asakaze iZwi likaNkulunkulu kumakholwa asemaphandleni. Njengoba zihlanganiswe zisuka ezincwadini eziningi ezithandwa kakhulu zikaMurray, lezi nkonzo ezakhayo zizokulethela induduzo yansuku zonke futhi zikuvuselele ekuhambeni kwakho noNkulunkulu.