Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzAga 17:9

Ukungakhubeki
Izinsuku eziwu 10
Icebo lesitha ukudala uqhekeko phakathi kwethu nabantu esibathanda kakhulu, icala elilodwa ngesikhathi. UkungaKhubeki kwuhlaka lwendlela uNkulunkulu angasebenzisa ngayo izinto ekuphileni ezisizwise ubuhlungu kakhulu, ukuze alolonge ukuzethemba kwethu futhi asisize sibe abantu ebesihlale sifuna ukuba yibona. Ukungacasuki akusho ukuthi ungalokothi ucasuke. Kumayelana nokungahlali ucasukile.

Izinsuku ezingu-21 Zokuchichima
Izinsuku ezingu-21
Ohlelweni Lwezinsuku Ezingu-21 Zokuchichima IUhlelo lwe-YouVersion, u-Jeremiah Hosford uzothatha abafundi ohambweni lwamasonto amathathu lokuzithulula, begcwaliswe ngoMoya oNgcwele, futhi baphile impilo echichimayo, egcwele uMoya. Sekuyisikhathi sokuyeka ukuphila ngendlela evamile futhi uqale ukuphila ukuphila okuchichimayo!