Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 7:15

Ukulutheka Okuthandekayo...
izinsuku ezingu 5
"Mlutha Okuthandekayo..." wuhlelo lokufunda lwezinsuku ezingu-5 olungena emjikelezweni wokujoveka ngokombono weBhayibheli. Izwi linikeza ukuqonda namandla amaningi mayelana nemizabalazo yethu, sithandazela ukuthi lokhu kuzinikela kukududuze futhi kukukhuthaze ngenqubo yokululama!

Ukuzijwayeza Indlela
izinsuku ezingu 5
Uba ngubani? Uma uzicabanga uneminyaka engu- 70, engu- 80, noma engu- 100, hlobo luni lomuntu olubona emkhathizwe? Ingabe ukubikezela okusengqondweni yakho kukugcwalisa ngethemba? Noma ukwesaba? Kulokhu kukhonza, uJohn Mark Comer usikhombisa ukuthi singakhiwa kanjani ngokomoya ukuze sifane noJesu kakhulu usuku nosuku.

Ukujaha Kokungafinyeleleki
Izinsuku ezingu-7
Sonke sijaha okuthile. Ngokujwayelekile okuthile okungenakufinyelelwa—umsebenzi ongcono, ikhaya elinethezekile, umndeni ophelele, ukuthola imvume kwabanye. Kodwa akukhathalisi yini lokhu? Ingabe ikhona indlela engcono? Thola kulolu hlelo olusha lweBhayibheli lwe-Life.Church, oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi uCraig Groeschel, elithi Chasing Carrots.