← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 19:4

Ukuphila Kushintshile: Emshadweni
izinsuku ezingu 5
Awukho umshado ophelele ngoba umshado uwukuhlangana kwabantu ababili abangaphelele. Kodwa ngosizo lukaNkulunkulu, ungaba nomshado omuhle-hhayi ngokumcela ukuba alungise owakwakho, kodwa ngokumcela ukuba enze umsebenzi enhliziyweni yakho. Lolu hlelo lwezinsuku ezi-5 luzokusiza ukuthi uthole ukuphulukiswa, ukuthula, kanye nokuzethemba kuKristu ukuze uthande owakwakho kahle futhi uguqule umshado wakho.

Iseluleko Sobudlelwane Kwabesilisa
izinsuku ezingu-8
Kuthiwani uma singakalwa ngezinto esizifezile, kodwa sinikwa amandla ubudlelwane bethu? Ngezindaba eziqabulayo, umbhali uRoger Thompson wembula uhlobo lobudlelwane bamandla obusetshenziswa ekulolongeni indoda. Qala lolu hlelo lweBhayibheli lwe-Life.Church nabanye abangani namuhla.