Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 16:14

Izimfundiso zoMusa
izinsuku ezingu 5
Lolu hlelo lwezinsuku ezinhlanu luyisifundo esijulile sezimfundiso zomusa. T.U.L.I.P. yisihloko seTheology esiphakamisa ubukhosi bukaNkulunkulu. Ukuphakamisa umusa kaNkulunkulu yiqiniso elivezwe ezimfundisweni zomusa.

Ukuqala Ubuhlobo No Jesu
Izinsuku ezingu-7
Ingabe uqala okholweni olusha kuJesu Kristu? Ingabe ufuna ukwazi kabanzi ngobuKrestu kodwa awunaso isiqiniseko sokuthi yini-noma kanjani-ongayibuza? Ngakho ke qala lapha. Kuthathwe encwadini ethi "Qala Lapha" ngu-David Dwight no-Nicole Unice.

uJesu Uyangithanda
Izinsuku ezingu-7
Uma othile ekubuza, "Yini okufanele ngiyikholelwe ukuze ngibe umKristu?" ungathini? Ngokusebenzisa amagama alula engomeni ethandwayo, “uJesu uyangithanda, lokhu ngiyazi, ngoba iBhayibheli lingitshela kanjalo”, intatheli eyaphenduka umfundisi ikusiza ukuthi uqonde ukuthi yini oyikholelwayo nokuthi kungani. Umbhali othengisa kakhulu uJohn S. Dickerson ngokucacile futhi achaza ngokwethembeka izinkolelo zobuKristu ezibalulekile futhi ubonise ngokunamandla ukuthi kungani lezi zinkolelo zibalulekile.
