Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaMathewu 13:6

Okune Okokugcina okuvela ku-Craig Groeschel
Izinsuku eziwu 4
Wake wafuna ukungena ngaphakathi engqondweni yomfundisi? Hhayi-ke, nali ithuba lakho! Umsunguli nomfundisi omkhulu weLife.Church, uCraig Groeschel, usinikeza ukubheka kwangaphakathi umsebenzi wakhe wansuku zonke njengoba efunda amavesi amane okugcina awaqokomisa eBhayibhelini lakhe. Vumela ingqondo yakho ivuselelwe njengoba ufunda lemiBhalo kanye naye, futhi uthole ukuthi kungani ekhethe ukuyiqokomisa kwasekuqaleni.

Ngingakwazi Ngempela Ukusinqoba Isono Nezilingo?
izinsuku ezingu 5
Uke wazibuza, “Kungani ngisabambene naleso sono na?” Ngisho nomphostoli uPawulu washo okufanayo kweyabaseRoma 7:15: “Angikwenzi engikuthandayo, kodwa lokho engikuzondayo ngenza kona.” Simisa kanjani isono ukuthi simise izimpilo zethu zikamoya? Ingabe kungenzeka? ake sixoxe ngesono, isilingo, uSathane, futhi, ngokubonga, uthando lukaNkulunkulu.

Ukubekelela kwakho okuhle kakhulu!
5 Izinsuku
Ukuthola imbuyiselo ebusisiwe neningi kuqala ngokwenza ukubekelela ingomuso okufanele. Uma ungumKristu omusha, akukho ukubekelela ingomuso okukhulu ongakwenza okholweni lwakho kunokudla iZwi likaNkulunkulu njalo. Qala lapha ukukusiza ukuthi ulifunde, uliqonde uphinde ulisebenzise ngempumelelo nsuku zonke. Kuthathwe encwadini ethi, “Out of This World: A Christian’s Guide to Growth and Purpose” ebhalwe nguDavid J. Swandt.