← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UJobe 30:20

Igqubu
Izinsuku ezingu-7
Kuyasinda. Kugcina abantu ngaphandle. Kunzima futhi kubuhlungu - igqubu. Abaningi bethu bangase bangaqapheli, kodwa sithwele amagqubu adinga ukuphuma ebumnyameni siye ekukhanyeni. Funda ukuthi ungathola kanjani inkululeko ngokuthethelela kulolu hlelo lweBhayibheli lwezinsuku ezingu-7 oluhambisana nochungechunge lwemiyalezo kaMfundisi uCraig Groeschel, elithi, Igqubu.