Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 1

uJohane
Izinsuku eziwu 10
Le plani elula izokuholela kwiVangeli NgokukaJohane kusukela ekuqaleni kuze kuyabo sekugcineni.

IVangeli likaJohane
21 Izinsuku
Kulolu hlelo lwesahluko ngosuku, uzohlangana noNkulunkulu uSomandla – uMdali wakho konke – osesimweni somuntu, ozalelwe ukuletha insindiso kuwo wonke umuntu, kuyo yonke indawo. UJohane ulandisa ngezimangaliso, izimfundiso, kanye nokuhlangana kwansuku zonke nomngane wakhe omkhulu nonguMsindisi, uJesu. Uyamenywa ukuba nawe ulandele uJesu, futhi wamukele isipho saKhe sokuphila okungunaphakade. Lolu hlelo lubhalwe ngabe-YouVersion.

Ukuthola kabusha Isikhathi sikaKhisimusi
Izinsuku ezingu-25
Qala isiko elisha likaKhisimusi ngokusonta okungekona okwesiko kwisizini ye-Advent. Usuku olukahle lokuqala lo mdlalo lungomhla ka-1 Disemba, kuyilapho ukuqala kwangaphambilini kuvumela ijubane elinethezekile. Kufaka phakathi imibuzo yokuzindla kanye nezinyathelo zesenzo zokugxila kuKristu usuku ngalunye. Ilungele abantu ngabanye, imindeni, noma amaqembu amancane.

Asifunde iBhayibheli sisonke (uMfumfu)
Izinsuku ezingu 31
Isahluko 10 kwezingu 12, lendlela iholela kumphakathi wonke ukuba ufunde iBhayibheli lonke ezinsukwini ezingu 365. Mema abanye ukuba bakujoyine ngaso sonke isikhathi uqala enye ingxenye ngenyanga elandelayo. lengxenye isebenza ngeBhayibheli elikhulunywayo_ lalela imizuzu engaphansi kuka 20 ngosuku! Ingxenye ngayinye inezahluko zeThestamente elidala kanye nelisha, kanye namaHubo afakiwe. ingxenye ka 10 ifaka iNcwadi yoMshumayeli, uNgokukaJohane, uJeremiya, kanye neSililo