← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AbAhluleli 6:16

Ithemba InguMuntu
izinsuku ezingu 5
Lapho isimo sethu esijwayelekile sihlakazeka ngenxa yezehlakalo ezishintsha ukuphila ngokuvamile sisala nokwesaba, ukukhathazeka, ukudabuka kwenhliziyo, kanye nokudumala, ekugcineni kusiholela ekuphelelweni yithemba. Amathemba ethu namaphupho ethu afiphazwa iqiniso elinzima lempilo. Kodwa ithemba akulona nje isifiso esidlulayo, Ithemba liwuMuntu!

Abesilisa Bombuso Abavukayo: Uhlelo Lokufunda Lwezinsuku Ezingu-8
Izinsuku ezingu-8
Isiko lethu lididekile ukuthi kusho ukuthini ukuba yindoda. Imibono yobudoda ayiqondwa kahle futhi inyundelwe. Lolu hlelo lukhuluma iqiniso ngenjongo nekusasa lobudoda baseBhayibhelini. Kulolu hlelo, amadoda azolwa ngokwethembeka nemibuzo nezimo eziyingqayizivele ababhekana nazo namuhla njengoba bemenywa ukuba bathole inhloso kaNkulunkulu ngobudoda.