← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 66:13

Izingxoxo ezincane ngosizi: Ithemba lamaholide
izinsuku ezingu 5
Kwabaningi, amaholidi ayisikhathi senjabulo enkulu...kodwa kwenzekani lapho amaholide engasemnandi futhi eba inselele ngenxa yosizi olujulile noma ukulahlekelwa? Lolu hlelo lokufunda olukhethekile luzosiza labo abasosizini ukuthi bathole induduzo nethemba kumaholidi, futhi lutshengise indlela yokwenza inkathi yamaholide enenjongo nakuba kunesimo sosizi olujulile.

Oswald Chambers: Ukuthula- Impilo kuMoya
Izinsuku ezingu 30
Ukuthula: Impilo kuMoya ingumgcinimafa okhuthazayo wezingcaphuno kwimisebenzi ka Oswald Chambers, umbhali othandekayo nozinikele kumhlaba wonke futhi ongumbhali we My utmost for His Highest. Thola ukuphumula kuNkulunkulu mase uthola ukuqonda okujulile kokubaluleka kokuthula kukaNkulunkulu empilweni yakho.