Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 40:8

Ungaqala Kanjani Ukufunda Ibhayibheli
Izinsuku eziwu 4
Masibe neqiniso: siyazi ukuthi kuwumqondo omuhle ukufunda iBhayibheli, kepha kunzima kakhulu ukuthi wazi ukuthi ungaqala kuphi. Ezinsukwini ezine ezilandelayo, sizofunda ngokuthi kungani iBhayibheli libalulekile, ukuthi singaqala kanjani umkhuba wokufunda nsuku zonke, nokuthi lisebenza kanjani ezimpilweni zethu namuhla.

Indaba kaKhisimusi
izinsuku ezingu 5
Yonke indaba enhle inenguquko- yesikhathi esingalindelekile esishintsha yonke into. Enye yezinto ezinkulu ezingaqondakali eBhayibhelini indaba kaKhisimusi. Ezinsukwini ezinhlanu ezizayo, sizohlola ukuthi lo mcimbi owodwa uwuguqule kanjani umhlaba nokuthi ungayishintsha kanjani impilo yakho namuhla.

Ukholo olumangazayo
izinsuku ezingu 5
Kunento engaphakathi kuwe ekholelwa kokungenakwenzeka. Kukhona okuphuphayo emini ngesimangaliso. Kukhona okwaziyo ukuthi wenziwe ukuphila impilo yokukholwa okumangalisayo. Kule nkonzo yezinsuku ezinhlanu, uMfundisi uMichael Todd uzoba umhlahlandlela wakho ohambweni lokholo njengoba ekusiza ukuthi uthole umbono omusha ngezinhlelo zikaNkulunkulu ngawe: ikusasa obungakaze ulokothe ulicabange.