← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UHoseya 2:14

Uyathandwa
Izinsuku eziwu 4
uNkulunkulu uyakuthanda. Noma ngabe ungubani, noma ngabe ukuphi empilweni yakho, uNkulunkulu uyakuthanda! Kule nyanga, lapho sigubha uthando, ungakhohlwa ukuthi uthando lukaNkulunkulu kuwe lukhulu kunalo lonke olunye uthando. Kulolu chungechunge lwezinsuku ezine, gxila othandweni lukaNkulunkulu.