Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KumaHeberu 3:5

U-Tony Evans Ufundisa KumaHeberu
izinsuku ezingu 5
Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezinhlanu, uDkt. u-Tony Evans uzohamba nawe esigabeni sokuqala samaHeberu (1:1—3:6) futhi axoxe ngoJesu: Umuntu Ophakeme. AmaHeberu abhalelwa ukukhuthaza amakholwa ukuba angalokothi alahle ithemba. Ngakho, uma uke wabhekana nokudumazeka ohambweni lwakho lokholo, khona-ke lena yincwadi okufanele uyifunde ukuze uthole isikhuthazo nethemba lokuwuqeda kahle umncintiswano wokholo.

Ukungena Ekuphumuleni KukaNkulunkulu Okuthenjisiwe - Uchungechunge lokuthi uJesu Mkhulu #2
Izinsuku ezingu-8
Kuyini ukuphumula? Kusho ukuthini ukungena ekuphumuleni kukaNkulunkulu? Yini ngempela esiphumula kuyo? Njengoba sidabula eNgxenyeni Yesibili Yezinhlelo Zokuthandaza ezisihambisa encwadini yamaHeberu, sithola ukuthi uNkulunkulu ukuchaza kanjani ukuphumula, ukuthi singena kanjani kulokhu kuphumula nokuthi sikhula kanjani kulesi sikhundla sokuphumula.