Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KumaHeberu 11:22

Nginentshiseko
Izinsuku eziwu 4
Ike uzizwe uphansi? Awuwedwa—ngisho neNkosi uDavide yaphelelwa injabulo. Qala ukufunda ingxenye yesihlanu yochungechunge oluthi Hlala Unethemba olunezingxenye eziyisithupha futhi uvuselele umdlandla wakho.

Ukholo olumangazayo
izinsuku ezingu 5
Kunento engaphakathi kuwe ekholelwa kokungenakwenzeka. Kukhona okuphuphayo emini ngesimangaliso. Kukhona okwaziyo ukuthi wenziwe ukuphila impilo yokukholwa okumangalisayo. Kule nkonzo yezinsuku ezinhlanu, uMfundisi uMichael Todd uzoba umhlahlandlela wakho ohambweni lokholo njengoba ekusiza ukuthi uthole umbono omusha ngezinhlelo zikaNkulunkulu ngawe: ikusasa obungakaze ulokothe ulicabange.

Ithemba Ebumnyameni
Izinsuku eziwu 12
Lolu Hlelo LweBhayibheli olwanoma ubani ozwa ubuhlungu futhi ongaqondi ukuthi kungani. Uma ulahlekelwe okuthile, othile, noma ukholo lwakho luzwakala luntengantenga kwaze kwaba seqophelweni lokuphuka, khona-ke lolu Hlelo LweBhayibheli Oluvela encwadini kaMfundisi weLife.Church uCraig Groeschel, Hope in the Dark, ingase ibe yilokho kanye okudingayo. Uma ufuna ukukholwa, kodwa ungaqiniseki ukuthi kanjani, lokhu kungokwakho.