Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseGalathiya 3:29

Uthandwa Kakhulu
izinsuku ezingu 5
U-Hosanna Wong uzazi mathupha ukuthi kunjani ukuzizwa ungabonwa, ungafaneleki, futhi ungathandwa. Kulolu hlelo lwezinsuku ezi- 5, ukhipha amagama ayisishiyagalolunye uNkulunkulu akubiza ngawo futhi anikeze isikhuthazo esisebenzayo, esithinta umhlaba wonke ukuze akusize udalule amanga, uzibone ngeso lengqondo kaNkulunkulu, futhi uphile ngokuma nenjongo entsha.

Phefumulela Intshiseko Yomoya Emshadweni Wakho
Izinsuku ezingu-7
Ithathwe encwadini yakhe entsha ethi "A Lifelong Love," uGary Thomas ukhuluma ngezinjongo zaphakade zomshado. Funda amathuluzi asebenzayo ukusiza ukwakha umshado wakho ube ubudlelwano obukhuthazayo, ukusabalalisa impilo engokomoya kwabanye.

Izihluthulelo Eziyisikhombisa Zokuphelela Ngokomzwelo
Izinsuku ezingu-7
Kunezici eziyisikhombisa ezinkulu zokuphelela ezihilelekile ekufuneni okungcono kakhulu kukaNkulunkulu ngempilo yakho engokomzwelo. Awudingi ukuthatha lezi ngokulandelana. Joyina uDkt. Charles Stanley njengoba ekusiza ukuthi wakhe imikhuba ebalulekile empilweni yakho ezokusiza ukuthi uphelele emoyeni nasemizweni yakho. Zitholele ezinye izinhlelo zokufunda ezifana nalesi kokuthi intouch.org/plans.