← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Eksodusi 16:8

Thola Incazelo Phakathi Koshintsho
Izinsuku ezingu-7
Sisabela kanjani lapho ukuphila kungahambi ngendlela ebesihlelile ngayo noma lapho sithatha uhambo lokuphambuka? Lapho sibhekana noshintsho, kulula ukugajwa imizwa yokudideka, intukuthelo, kanye nokudumala. Kodwa uNkulunkulu usibekele okuthile okungcono. Funda ukuthi ungaqala kanjani ukwamukela ushintsho, ngisho naphakathi kwenqubo engeyeyinhle.