← Amapulani
Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UDuteronomi 10:21

Umusa Nokubonga: Phila Ngokugcwele Emuseni Wakhe
Izinsuku ezingu-7
UNkulunkulu wenze izithembiso eziningi kuwe, futhi uhlose ukuzigcina zonke. Kodwa ezweni lanamuhla, kulula ukukhohlwa ubuhle nomusa kaNkulunkulu. Le nkonzo yezinsuku ezingu-7 izokusiza ukhumbule umusa nezibusiso Zakhe ezichichimayo ngokuqukethwe kokuthandaza, iZwi likaNkulunkulu, kanye nomkhuleko wansuku zonke wokuzindla. Lolu cwaningo luvela kujenali yezifundo ezithi 100 Days of Grace & Gratitude ka-Shanna Noel kanye no-Lisa Stilwell.