Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseKolose 2:9

Musa Ukuzinza Ngokuphepha
izinsuku ezingu 3
Uma amazwi okungazethembi, ukungabaza, kanye nokwesaba engalungiswanga, azolawula ukuphila kwakho. Awukwazi ukuthulisa la mazwi noma ungawanaki. Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezi-3, u-Sarah Jakes Roberts ukukhombisa ukuthi ungaphikisana kanjani nemikhawulo yesikhathi sakho esidlule futhi wamukele ukungakhululeki ukuze ungavimbeki.

KwabaseKolose
4 Izinsuku
Lolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezine luhlola incwadi kaPawulu eya kwabaseKolose, lapho ephikisana nemfundiso yamanga ngokusikhumbuza ukuthi uJesu - Emkhulu futhi wanele - wenza umhlaba wonke futhi wahlenga isintu. UPawulu unikeza nokuhlakanipha ngobuhlobo emindenini, ngomthandazo, ukuphila okungcwele, nokuthi kusho ukuthini ubunye othandweni.

U-Tony Evans Ufundisa KumaHeberu
izinsuku ezingu 5
Kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku ezinhlanu, uDkt. u-Tony Evans uzohamba nawe esigabeni sokuqala samaHeberu (1:1—3:6) futhi axoxe ngoJesu: Umuntu Ophakeme. AmaHeberu abhalelwa ukukhuthaza amakholwa ukuba angalokothi alahle ithemba. Ngakho, uma uke wabhekana nokudumazeka ohambweni lwakho lokholo, khona-ke lena yincwadi okufanele uyifunde ukuze uthole isikhuthazo nethemba lokuwuqeda kahle umncintiswano wokholo.

Ukutshala Ibandla Elinempilo
Izinsuku ezingu-7
Lapho uNkulunkulu ekubizela enkonzweni, kungaba nzima kakhulu, kodwa futhi kungaba yinto engcono kakhulu eke yenzeke kuwe. Uma inhliziyo yakho inyakazisiwe ukuba utshale ibandla, qala lapha eZwini likaNkulunkulu. Gxila kulolu hlelo lokufunda lwezinsuku eziyisikhombisa, futhi uthole isikhuthazo osidingayo ukuze uphumele obizweni lukaNkulunkulu.

Izinsuku ezingu-21 Zokuchichima
Izinsuku ezingu-21
Ohlelweni Lwezinsuku Ezingu-21 Zokuchichima IUhlelo lwe-YouVersion, u-Jeremiah Hosford uzothatha abafundi ohambweni lwamasonto amathathu lokuzithulula, begcwaliswe ngoMoya oNgcwele, futhi baphile impilo echichimayo, egcwele uMoya. Sekuyisikhathi sokuyeka ukuphila ngendlela evamile futhi uqale ukuphila ukuphila okuchichimayo!