Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 4:34

Ibhayibheli Lathini?
izinsuku ezingu 5
Uma uke waba nemibuzo ngeBhayibheli, uphakathi kwabantu abahle! Besike saba lapho sonke. Ngezinye izikhathi izingxenye zeBhayibheli zingadida ngempela. Kulolu Hlelo LweBhayibheli, sizoxoxa ngezinye zezindima okungaba nzima ukuziqonda futhi sifunde amacebiso awusizo okuhlola imiBhalo.

Ukupha: Ngemali futhi Nangaphandle Kwemali
izinsuku ezingu 5
Ungase ube usozigidigidi, noma ungase ube sezingeni eliphakathi-noma ngabe iyiphi indlela, ungaba ophanayo. Ukupha akuhlangene kangako ne-akhawunti yakho yasebhange futhi kuhlobene kakhulu nendlela ocabanga ngayo. uJesu waphila ngokuphana, futhi ukumema ukuba ulandele ukuhola Kwakhe. Lolu hlelo lwezinsuku ezingu-5 luzokunikeza izinyathelo ezilula zokuphila ngokuphana.

Amaqembu amancane, Ukukhula Okukhulu
Izinsuku ezingu-7
Amasonto awabiza ngamaqembu amancane, amaqembu amaseli, kanye namaLifeGroups. Ngaphandle kwamagama, akhona ukuze akhe ubudlelwano obunenjongo phakathi kwabalandeli bakaKristu. Kodwa kungani? Ingabe laba ngabantu esiphila nabo ngokukhululeka kobuKristu, noma kukhona okunye? Lolu hlelo lweBhayibheli, lweqembu le-Life.Church LifeGroups, olwanoma ubani ocabanga ukuthi uNkulunkulu angasebenzisa iqembu labo elincane ukuze abangele ukukhula okukhulu.