Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzEnzo 4:21

Indoda Ephakathi NEsiphambano: Uhlelo lokufunda iPhasika Lezinsuku Ezingu-7
Izinsuku ezingu-7
Cishe wonke umuntu uyavuma ukuthi lo mhlaba uphukile. Kodwa kuthiwani uma kukhona isixazululo? Lolu hlelo lwezinsuku eziyisikhombisa lwePhasika luqala ngesipiliyoni esiyingqayizivele sesela esiphambanweni futhi lubheka ukuthi kungani okuwukuphela kwempendulo yangempela yokuphulwa kutholakala ekubulaweni komuntu ongenacala: uJesu, iNdodana kaNkulunkulu.

Ukulalela
Amaviki awu-2
uJesu uqobo wathi uma umuntu emthanda Yena uzolalela izimfundiso Zakhe. Noma kungathiwa kusho ukuthi kwenzakalani kithina, ukulalela kwethu kubalulekile kuNKulunkulu. Uhlelo lokufunda "ukulalela" lisihambisa lapho khona Imibhalo ikhulu khona ngokulalela: ukuba singayigcina kanjani ingqondo eqotho, umdlalo womusa, ukulalela kusikhulula kanjani kuphinde kubusise izimpilo zethu, nokunye.