Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 uSamuweli 16:13

Ukulinda uNkulunkulu
Izinsuku ezingu-8
Ingabe ulindele ukuba uNkulunkulu aphendule imithandazo yakho? Ingabe izinsuku, izinyanga, neminyaka kudlula ngaphandle kobufakazi bokuthi ukulangazelela kwakho okujulile kuyoke kugcwaliseke? Uma kunjalo, awuwedwa. Joyina uDkt. Charles Stanley njengoba ekhuluma ngolwazi lomuntu siqu nezimiso zeBhayibheli ukuze akunikeze isikhuthazo lapho ithemba libonakala lingasekho kanye nesiqondiso sokukusiza ukuba usebenzise ngokugcwele ukubambezeleka kukaNkulunkulu.

Landela Inhliziyo KaNkulunkulu
Izinsuku eziwu 12
Ukuhola iqembu elincane kumayelana nokuhola abantu ukuba balandele uJesu, akunjalo? Kodwa lokho kubukeka kanjani empilweni yangempela? Sikholelwa ukuthi kuqala ngokumlandela eduze—wena uqobo. Ithimba le-LifeGroups elivela e-Life.Church lembula izimiso zobuholi empilweni kaDavide, lowo uNkulunkulu uqobo ambiza ngokuthi “umuntu olandela inhliziyo Yami.” Qala lolu hlelo lweBhayibheli namuhla, futhi uthathe isinyathelo esikhulu esilandela inhliziyo kaNkulunkulu.