1
Kwabase Roma 11:36
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Ngokuba konke kuvela kuye, ngaye, kuye, makube kuye inkazimulo kuze kube phakade. Amen.
Compare
Kwabase Roma 11:36ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Kwabase Roma 11:33
Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!
Kwabase Roma 11:33ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Kwabase Roma 11:34
Ngokuba ngubani owazi umqondo weNkosi na? Ngubani obe ngumeluleki wakhe na?
Kwabase Roma 11:34ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Kwabase Roma 11:5-6
Kanjalo namanje kukhona insali ngokokhetho lomusa. Uma kungomusa, akusayi ngemisebenzi; uma kungenjalo, umusa awuseyiwo umusa. kepha uma kuya ngemisebenzi, akuseyiwo umusa; uma kungenjalo umsebenzi awusewumsebenzi.
Kwabase Roma 11:5-6ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Kwabase Roma 11:17-18
Uma amanye amagatsha aphulwa, wena-ke ongumnqumo wasendle waxhunyelelwa kuwo, uhlanganyele kanye nawo empandeni yokukhuluphala komnqumo; Ungaziphakamisi phezu kwamagatsha. Kepha uma uzincoma, akuwena othwele impande, kodwa impande nguwe.
Kwabase Roma 11:17-18ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ