1
Marku 4:39-40
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Wasevuka, wawukhuza umoya, wathi kulo ulwandle: Thula, uthi cwaka. Umoya wanqamuka, kwaba khona ukuthula okukhulu. Wathi kubo: “Nesabani kangaka na? Kanjani ukuba ningabi nalukholo?
Compare
Marku 4:39-40ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Marku 4:41
Basesaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Ubani lo, ukuthi nomoya nolwandle kumlalele?
Marku 4:41ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Marku 4:38
Yena wayengemuva emkhunjini elele emqamelweni; bamvusa, bathi kuye: “Mfundisi, awukhathali ukuthi siyabhubha na?
Marku 4:38ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Marku 4:24
Wathi kubo: “Kuqapheleni enikuzwayo
Marku 4:24ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Marku 4:26-27
Wathi: “Umbuso kaNkulunkulu unjengoba umuntu ephonsa inhlanyelo emhlabathini; Alale, avuke ubusuku nemini, imbewu ihlume, ikhule, yena engazi ukuthi kanjani.
Marku 4:26-27ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
6
Marku 4:23
Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.
Marku 4:23ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ