1
Marku 10:45
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Ngokuba neNdodana yomuntu ayizanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.
Compare
Marku 10:45ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Marku 10:27
UJesu wababheka wathi: “Kubantu akunakwenzeka, kepha kuNkulunkulu akunjalo, ngokuba kuNkulunkulu zonke izinto zingenzeka.
Marku 10:27ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Marku 10:52
UJesu wathi kuye: “Hamba; ukukholwa kwakho kukusindisile. Yahle yabona, yamlandela uJesu endleleni.
Marku 10:52ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Marku 10:9
Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu, makungahlukaniswa muntu.
Marku 10:9ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Marku 10:21
Khona uJesu embuka emthanda, wathi kuye: Inye into oyisweleyo: hamba, uthengise ngakho konke onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; mina.
Marku 10:21ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
6
Marku 10:51
UJesu waphendula, wathi kuye: “Uthanda ukuba ngenzeni kuwe na? Impumputhe yathi kuye: Nkosi, ukuba ngibone.
Marku 10:51ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
7
Marku 10:43
Kodwa kungabi njalo phakathi kwenu, kodwa loba ngubani ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu kabe yisikhonzi senu
Marku 10:43ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
8
Marku 10:15
Ngiqinisile ngithi kini: Yilowo nalowo ongamukeli umbuso kaNkulunkulu njengomntwana, kasoze angena kuwo.
Marku 10:15ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
9
Marku 10:31
Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; abokugcina kuqala.
Marku 10:31ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
10
Marku 10:6-8
Kodwa kusukela ekuqaleni kokudalwa uNkulunkulu wabenza owesilisa nowesifazane. Ngenxa yalokhu indoda izatshiya uyise lonina, inamathele kumkayo; Labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kodwa banyamanye.
Marku 10:6-8ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ