1
Mathewu 26:41
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.
Compare
Mathewu 26:41ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Mathewu 26:38
Khona wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde kanye nami.
Mathewu 26:38ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Mathewu 26:39
Waqhubeka ingcosana, wawa ngobuso bakhe, wakhuleka wathi: “Baba, uma kungenzeka, makudlule kimi lesisitsha; nokho kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena.
Mathewu 26:39ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Mathewu 26:28
Ngokuba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi kukho ukuthethelelwa kwezono.
Mathewu 26:28ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Mathewu 26:26
Kwathi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wanika abafundi, wathi: Thathani, lidle; lokhu kungumzimba wami.
Mathewu 26:26ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
6
Mathewu 26:27
Wasethatha inkezo, wabonga, wabanika, esithi: Selani kuyo lonke
Mathewu 26:27ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
7
Mathewu 26:40
Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini?
Mathewu 26:40ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
8
Mathewu 26:29
Kepha ngithi kini: Kusukela manje angisayikuphuza okwesithelo somvini, kuze kufike lolo suku engiyakusiphuza ngalo nani sisisha embusweni kaBaba.
Mathewu 26:29ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
9
Mathewu 26:75
UPetru wakhumbula izwi likaJesu, alisho kuye ukuthi: “Iqhude lingakakhali, uzakungiphika kathathu. Waphuma wakhala kamunyu.
Mathewu 26:75ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
10
Mathewu 26:46
Sukumani, sihambe; bhekani, useseduze ongikhaphelayo.
Mathewu 26:46ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
11
Mathewu 26:52
UJesu wayesethi kuye: “Buyisela inkemba yakho endaweni yayo, ngokuba bonke abaphatha inkemba bayakubhubha ngenkemba.
Mathewu 26:52ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ