1
Mathewu 12:36-37
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa. Ngokuba ngamazwi akho uyakuthiwa ulungile, nangamazwi akho uyakulahlwa.
Compare
Mathewu 12:36-37ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Mathewu 12:34
Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.
Mathewu 12:34ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Mathewu 12:35
Umuntu omuhle emfuyweni enhle yenhliziyo ukhipha okuhle, nomuntu omubi emfuyweni embi ukhipha okubi.
Mathewu 12:35ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Mathewu 12:31
Ngalokho ngithi kini: Abantu bayakuthethelelwa zonke izono nokuhlambalaza, kepha ukuhlambalaza uMoya akuyikuthethelelwa.
Mathewu 12:31ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Mathewu 12:33
“Yenzani umuthi ube muhle, nesithelo sawo sibe sihle; noma nenze umuthi ube mubi, nesithelo sawo sibe sibi, ngokuba umuthi waziwa ngesithelo sawo.
Mathewu 12:33ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ